13/12/2020
impilo yanokwanda nokwanda wayezalwa nguma njomane washiyiwa ubaba wakhe esamuncane kakhulu ubaba wakhe washona ngokukhulu ukuzuma lokho wasala nomama wakhe nodade wakhe oyedwa mase Kuba abanye azalwa nabo ngaphandle umfowabo nodade wakhe nokwanda wayehlala ngokuyalwa njalo ngoba wayenza zinto ezingasile kodwa ke akekho muntu ongalenzi phutha aii nokwanda wafunda ema bangeni aphansi waqeda waya kuma Banga phezulu ema high school wafunda nakhona wafika kwi Banga lesi 11 ilapho wayezibona kuthi sephumelele zokwazi kusiza mndeni wakhe ngokuba ukhule kanzima impilo inzima kakhulu kuthe lapho nokwanda . seshelwa phela useneminyaka engu 19 yrs wambona lo guy wamthanda wamqoma ai bathandana igama Lalo mfana kwakungu Sihle . nokwanda bathandane nalomfana aii baqhube nje impela.aii kshaye skhathi sokuthi ikole ziyavalwa amaholidi manje. ayekovakasha ka cc wakhe athole munye muntu phela nokwanda wayephuza utshwala kodwa aii njalo makujabuliwe nje kphela athole munye muntu khona kuleyo ndawo wayevakashele kuyo edube village .Nokwanda nocc wakhe nokzoktha baphuze utshwala ucc wakhe ajabulele kuthi Nokwanda fikile kuzomvakashela afike loguy afike notshwala (abuze nokwanda yaphuza athi nokwanda Yebo kodwa kancane . aii buphuzwe utshwala ucc kanokwanda adakwe kakhulu nokwanda amthathe ayomlalisa asale loguy no Nokwanda loguy amphuzise nokwanda Kanti yazi yena kuthi ufuna kugcinephi sikhumbule phela nokwanda weyeyintombi ngoba phela wayehlala emzini onesizotha nomthetho aii nokwanda adakwe kakhulu manje asakwazi kwenza lutho indlini abakuyo kunama kamero amthathe loguy amfake kwenye iroom amkhumule Kahle alale naye nokwa ........ Lona p1 uyeza p2 support guys plz 🙏 😭😭