23/06/2021
Senza iphutha ππ
Kwathina ekphuken kwezinhliziyo zetHu sinesandla Yaz π
Ngoba... Ngoba kwawena Uma ngingakbalela , Ungangvumela π
Ezinhliziyweni zethu , safuya abantu sith bayasthanda πͺ
Kant utHando , kbona balushaya indiva , baluthatha samdlalo π
Sagijimisa utHando ,savilaphisa ukugxhila ,kwathina , Sinephutha π
Ngoba ukube sagxhila , savilaphisa ukugijimisana nothando Ngabe π
Ngabe thina simsulwa ekphuken kwezinhliziyo zetHu πͺ
Ngoba kwathina ekphuken kwezinhliziyo zetHu sinesandla Yaz π
Savumela utHando lusbuse , Sakhohlisa Nezinhliziyo zetHu sazakhela imishado π
Ngokwenqondo , sadukisa nemiqondo senza iphutha π
Vele empilweni sfunda ngamaphutha π
Kwakhon ukuth ngikthande ngize ngikfake enhliziyweni yam ngenza iphutha πͺ
Ngoba thina , ekphuken kwezinhliziyo zetHu sinesandla Yaz π
Ngikhumbula Uma unami , waw'hlezi ucabanga oksobala π
Wawucabang ubambo lwakho unami π
Kulowo mzuzu kwakfanele ngbone kuth angikdalelwe π
Ukuthanda wena , wena ukhon okdalelwe okfanele πͺ
Okfanele kuth wena uphile naye ngoba thina ekphuken kwezinhliziyo zetHu sinesandla Yaz π
"Isaphekwa" β₯οΈπ₯