16/04/2025
Ezingena manje.
Basakhala namanje abafundi base Unizulu ngokungabibikho komcimbi wokujabula owaziwa nge Fresher's bash. Lomcimbi ujwayele ukwenzek unyaka non yaka ngaphambi kokuthi kuyiwe ephasikeni kodw kulonyaka kuthulekile ngalomcimbi.
Abafundi bakhala kakhulu ngokuthula komkhandlu mayelana nalomcimbi, bathi awusababikeli nokuthi ngabe yin imbangela yokuthi kuze kube imanje ungekho.
Abanye bathi umkhandlu wasebenzisa imali eningi ukulelelela abafundi abakweleta iskole ukuthi ba regist kwagcine sekudleka nemali yalomcimbi, abanye bathi amampunge lawo futh noma ngabe wasebenzisa malini imali yokwenza lomcimbi kumele ibe khona ngoba I budget yomkhandlu iyafika kwizigidi ezingaphezu kuka 4 wamaRandi. Umkhandlu wona akukho ukuphawula osuke waba nakho mayelana naloludaba.
.