Izinkodlo lokufa kuyisidina kimi

Izinkodlo lokufa kuyisidina kimi any time any day

30/07/2025

Sengibathe ngi poster ama video enkondle avele abe ama short lapho ngilangazelela kanjani ukuthi ngiwafake 😥

30/07/2025

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Nonkululeko Modise, Thabiso Ndlovu

My Mood Today …No More Fake Friends 🧜‍♂️Watch Who You Call A Friend, Because When You’re Seen In A Light That The Next P...
27/07/2025

My Mood Today …No More Fake Friends 🧜‍♂️

Watch Who You Call A Friend, Because When You’re Seen In A Light That The Next Person Don’t Possess … Best Believe Jealousy Will Be The reaction you will receive from A Fake Friend.

A Real Friends Don’t Talk Behind Your Back, A Real Friend Won’t Believe What Someone Else Is Saying Without Check The Facts Frist , A Real Friend Don’t Pillow Talk To Anyone in order to look good, or to feel better, A Real Friend Speaks his or her Mind, In Order To Resolve Any Issues, A Real Friend Is Loyal, A Real Friend Will Never Betray You

Dlozi lami vika"🧜‍♂️Uyaba 'bona beza kimi bequkethe ububi' 👹 nokuncola. Mina ngizama ukuphilisa izingane zami ' bona baj...
27/07/2025

Dlozi lami vika"🧜‍♂️

Uyaba 'bona beza kimi bequkethe ububi' 👹 nokuncola. Mina ngizama ukuphilisa izingane zami ' bona bajahana nami ' 😤 angazi ngibenzeni.

Nasemaphushwen' ami bangiphehlela amanzi amnyama ' laphe ngihamba khona nginezitha engingazazi😤 vika dlozi lami.

Anginawa' mandla okuziphendulel,
Ngilwele nomndeni wami 👨‍👩‍👦‍👦 nasezimpini zobunyama🦹‍♂️nihlehlise omube' endleleni yami 🧎‍♀️.

Angithi bazama nokunithenga ' ngempande ' yesono 💵 ngoba isono ' senu ukungivikele' zitheni zami.

Dlozi lami vika🧜‍♂️
Uyababona' beza kimi bequkethu' bubi nokuncola 👹 sindisani impilo yami' ngoba' bantu abalunganga.

Ngivikele dlozi lami ♀️🧜‍♂️🧎‍♀️ by Tumelo . K

27/07/2025

Ujehova ungumelusi wami ♀️🙏

Mina ngingumsizi" Ojikijelwa ngamagama😥♀️Kwathi imvula seziphelile umnikazi we ambrellar wayibeka ngaphandle ' wathi nge...
26/07/2025

Mina ngingumsizi" Ojikijelwa ngamagama😥♀️

Kwathi imvula seziphelile umnikazi we ambrellar wayibeka ngaphandle ' wathi ngeke ingene endlini ngoba imanzi 😥.

Angikhulumike nge ambrellar ngikhuluma nami nawe ' uyi ambrellar kwabanye abantu' okuyothi mhla zaphela zonke lezinkinga ababhekene nazo uyobona ' ngokuthi bakuvalele ngaphandle 😥

Abasenazo lezinkinga ebezidinga wena. Inkinga siyakhala asikwazi ukubona umuntu oze ngeqiniso noze ngamanga " Vele ngeke ubabone ngoba wena wonke umuntu umamukela ngenhliziyo enothando 😥" Kuhle lokho kodwa ithi ujabule umhaga ube uvule ihlo elilodwa .

Ngoba abanye abantu akaze besthande thina futhi akaze besfune 😥 wena uthi akasangithandi vele akakaze akuthande ' inkinga yakhe wayesabhekene nenkinga edingawena ' ambrellar 😥

Kanti izulu lizoma ukuna inkinga ziphele zishabalale aqale akuvalele ngaphandle ' ngoba le ambrellar enguwe simanzi ' awusenalo usizo lwalutho empilweni yabo 😥

Sebeya kuthuka ' sebeyakuzonda ngoba lento ebebeyizele empilweni yakho ayisekho ' imvula lezi zabenza bakubamba kamnandi ngoba sumanzi manje wena awusabafanele 🍂

Bengidlula

" Ngike ngakhala mina ngikhaliswa umndeni 😥Muphi wona umndeni? Bona labanta' bahlangana ngegama lakho ' ukuze uncwantshw...
26/07/2025

" Ngike ngakhala mina ngikhaliswa umndeni 😥

Muphi wona umndeni?

Bona labanta' bahlangana ngegama lakho ' ukuze uncwantshwe 😭laba ' bangazi nokuthi ulalu ' dleni. Laba abangakwazi ' ukukusiza 😭 labantu abafike' mncwabeni bekhuluma' manga 😥 bethi bazokunakekela.

Ziphi' lezingane ' okwathi zishiwa' bazalinathi nizozinaka 😭 Lomalumo' wathi thula mshana ngizokunaka uphi?

Muphi lomndeni okukhulunywa ' ngawo ?
Laba abakuphehlela ' manzi amnyama ' ukuze ngalungelwa ' lutho 😭laba abangakufuni ' wona wuphu ' mndeni 😭? Ubani owake wakubuza ngesimo sakho ' ngobau' ngasebenzi 😭.

Ngiye ngakhala mina ngenxa yomndeni 😭 wona muphi umndeni '
Lokuzondanisa nabantu ' ube nezitha ' ungazi bakwakhele uzungu bekuhlekise bazi kahle ukuthi abakufuni 😭.

Muphi umndeni ?

T@tumelo k ♀️

13/02/2025

Ngikhumbula 🥹 ngiqala kum'bona .

Ngikhumbula' ngiqalu' kum'bona 😢
Eyamnhliziyi' thokomala 💝mina ngangi..😭ngangingazu' kuthi ngenyimini ilanga loshone' mini 🌑.ngibukwi' zwelonke 🥺bengiduduze ' ngemuva bethi ngisakhumbula' ngadlula nalapha ' bengivusela manxeba 😭.

Phela kufa kwesthandwa Sami 💔 mina..kwawulimaza umoya ' wami 😢kwangenza ngaphelelwa' nawu kuthi ..
Ngizosho ekugcineni ngoba leligama mina ' ngalikhohlwa mzukwani' sthandwa Sami sikhetha ukungishiyu' nomphelo⚰️😭💔

Nathi' sasdlala njengani😂 sphosane ngezimbali ' simemezane ..sthandwa samiiii💭 ukusabela' kwakhe kungijabulisa 🤹 ngigijime ngiyomhaga ngezamzandle' zinemfundumalo 🫰ngangingazi 😭.

Ngangi ' ngazi ukuthi lezimbali mina ngiyobesengizi' phosa sengimvalelisa 💔okokugcina ingakho nalolusuku ngigcine nginga' lushongo bengingasalu ' khumbuli 😭💔 .....

Oohh hee sengilukhumbule uyajabula onethemba lakhe 😭 bayogodlana ngezandla zemfudumalo ' mina ngiyo guqa kulela ' liba ngithi sawubona Thandi... Weyo wami ngikukhumbule namuhla usuku lwezithandani ♥️🤹💔😭

Sengikhumbulile I valentine 💐 ikusasa

khanyi♥️ Izinkodlo lokufa kuyisidina kimi

04/01/2025

Big shout out to my newest top fans! Thaby Mabena

Address

P. O Box 3838 New Street
Jozini
67587

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 04:00 - 17:00
Sunday 09:00 - 17:00

Telephone

+27723849049

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Izinkodlo lokufa kuyisidina kimi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The University

Send a message to Izinkodlo lokufa kuyisidina kimi:

Share