17/04/2022
Part 1
Kusesikole uNobuhle uhleli nabangani bakhe bezixoxela ngoThemba indoda kaNobuhle emuhlukumezayo. Uthi secabanga nokumushiya ngoba alukho uthando laphana kusho kuqamuka umfundi omusha bahleke uMbali Nosipho kodwa abakhuze uNobuhle ngoba icathulo zakhe zaziphelile.