19/11/2024
Episode 2 iyaqhubeka
mariam👧uyangishela
[umariam nonokubonga bafika la ebahlukana khona umariam wahamba wayakubo wafika wenza umsebenzi wasendlini wa klina wahamba wayokha amanzi.endlini kwakungena muntu umamakhe nobabakhe wayesemsebenzini kanti no Naham wayengakafiki kodwa wathi uma ebuya ukuyokha amanzi emfuleni wamthola sekakhona ]
mariam 👧hau sobuyile kwenzenjani wabuya late
Naham👧akusumqapheli nah bekangihlalise kubo
mariam👧yey yazo unenhlanhla ngoba usathole mina landlini abomama abakabuyi
Naham👧yey nami besengithukele bona
[ngapha kukhabo nokubonga unokubonga uxoxa nomama wakhe ]
Nokubonga👧🏽ayi mama yenza i cebo ngeke ngikhone mina umatiam uhlala aphumelela entweni eyiningi kodwa mina lutho
Hana👩🏽yazi leyangane mele ngiyenzele icebo mele ngiyele lapha kunyanga enkulu noma simthumezele ngabafana bambambe bamdwengule sahluleka lapho sesingaya kunyanga enkulu
Nokubonga👧🏽mama mina ngifuna ukumbona ahlanya angasiyinto yalutho noma elele lapha ayisidumbu ngeke singaphelwa umariam ngapha ushelwa umntwana wenkosi ngapha uyi monittres eklasini ayi mina ngikhathele u mariam ngeke ngiphathwe umariam
Hana👩🏽sizolenza iplan ungakhathazeki kakhulu mntanam
[Kukhabo mariam badla isidlo sakusihlwa.]
sila👩🏻hey zingane zam yazi mangingani xoxela ngobaba wenu mina vele yimi umuntu waye cula kancono
Enoshe👨ayi unamanga wena wawucula kabi wena wawucula ngathi uyolanda imbuzi abayihlabayo
mariam👧 and Naham 👧:🤣🤣🤣🤣🤣🤣
sila👩🏻ningahleki ngiyanitshela
mariam 👧cha kodwa mama thina siyayishaya ingoma noma bangathini
Naham 👧ayy ninamanga thina yithi nje esicula kamnandi baba ngicela ukubuza uyosithengela nini ama phone
enoshe👨:maniphasa umatikuletsheni
Naham👧:ok baba akunankinga
~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~
Episode 3 COMING 🔜WITH SBAHLE ENHLE MANDIMANDE
~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~~