By Mncedisi 𝐒𝐈𝐓𝐇𝐎𝐋𝐄

By Mncedisi 𝐒𝐈𝐓𝐇𝐎𝐋𝐄 Hmmm

04/06/2024

Sanibonani Baf2 sengibuyile 😪

18/11/2022

UNkulunkulu anibusise ba Ntwana ♥️🔐
Sengibuyile♥️📓🗝

01/07/2022

Copy and Paste 😥🗞📄✂️

Bomnax ngicela ukungazidaluli igama😭💔

Ngihlukumezekil emoyeni wami emnyaken eyedlule emithathu eyedlule ngangikhulelwe ingane yami yokuqala 😭💔kwathi khona ngikhulelwe ngaxabana nomamncane usisi kamama amlamayo ngendaba yokuthi mele sish*tshane ngokuthenga ugesi. Kusenjalo kwahamba izinyangana ezimbili wangifaka isichitho sezintwala zengulube💔😭.kuthi njalo mangiya kusbari wenu angixoshe usbari athi ngibizwe ubani okokuqal ngikhulelwe kodwa ngilokhu ngyazulazula💔😭.Kuthi ngelinye ilanga ngizihlalel nje ekhaya ngibone ngentwala bft yehla ngomlenze ngase ngino 7 months ngikhulelwe ngithi ngikhombisa umama angayiboni ibonwe yimi ngedwa 💔😭.Ekhaya asikholelwake kakhulu ezintweni zesizulu bomnax ngisukume ngithi ngyendlini phela lapho engilala khona ngyozibheka ukuth nginan emzimbeni wami 💔😭mengithi izintwala zingcwele umzimba kwakuhlasimul umzimba wonke ngizithintithe💔😭ngigeze ngoshibhoshi kuthi ukudamba kancane.Kuphele utwo weeks ngithi ngyakwa boyfriend kuthiwe uhambe evikini esphuma kulona ngizibuze ukuthi kanjani engashilo 😭💔ngibuyele ekhaya ngifike ngilale.Abuye umamncane ekhaya simjabulel sonke kodwa abenenkinga nje nami ngedwa nginganaki 😭💔.Kuyambe amaviki ingane ayisanyakazi sekuphel two days wonke ngiye eClinic fike bebheke ukuth kuhamba kanjani ingane kutholakale ukuthi ayinalutho iright👍🏻😔.Kushaye iskhathi sokuteta yeyy ngangisha ngalolo suku ngihelelwa esbhedlela mangiteta kwaphuma uxamu💔😭😭 bomnax uphume ubaleke kungaziwa ukuth mele kwenziwe njani . Ngelinye ilanga ngihleli nje ekhaya kwafika umngani wami engangifunda naye eHigh school ngimchazel sonke istori💔😔. Angiyise komunye umama afike asho ukuth unina wakho omncane waganga ngawe loyaxamu kumele utholakale😳😱!!kanjani ngoba baningi oxamu athi mewungatholakali kuningi kuyeza kwakumele ubanjwe kukhishwe ingane😭😱!

Cela amanzi😭🤞🏻!!

🥺💔😭!!

01/07/2022

Umuntu Wesilisa🧍‍♂️ Uyakwazi Ukuthi Ahambe🚶‍♂️Ayolala🍆🍑🛌 Nenye Intombazane🧍‍♀️Ebe Enentombi Emthandayo👧♥💋👦 Afike Acoshe Izofo🦠🩸💉 Abuye Azothi Uwena🤦‍♂️ Omlethele Ngokugula🏥

Umuntu Wesilisa🧍‍♂️ Uyakwazi Ukudeka Itafula Aphuzise🥃🍻🍾 Abangani🧍‍♂️🧍‍♂️🧍‍♂️ Bakhe Kodwa Ingane👶 Yakhe Ibe Ingenalo Ubisi🍼 Nama Pampers.

Umuntu Wesilisa🧍‍♂️ Uyakwazi Ukuphika🙅‍♂️ Ingane👶 Ebona👀 Kahle Ukuthi Ifana Naye🤦‍♂️

Umuntu Wesilisa🧍‍♂️ Uyakwazi🙋‍♂️ Ukuthi Afike Akumithise🍆🤰Kuthi Uma Usukhulelwe🤰Akuzibe Ahhubhane🏃‍♂️ Namanye Amantombazane🧍‍♀️Bakufonele📲 Bakuthuke.

Umuntu Wesilisa🧍‍♂️ Uyakwazi🙋‍♂️ Uku Demand🤏 i Respect Kodwa Yena Engakuhloniphi.

Ngyama Lapho👏👏🤍🍼🍼

01/07/2022

Copy and Paste 😥

Ngazala isilwane 😭👹

Igama ngingu Sbonga ngihlala endaweni yasemakhaya khn eqhutu 👹 ngifunda ibanga lesi-12 ngihlala nomndeni wami wonkana🖤 eskolen ngangihlel ngibuya late ngb n**i nonke ukuthy u Metric uphuma late, ngangivamise ukuhamba ngedwa mase ngibuya eskolen ngb akekho owayengangikhapha bonke mangibacela babengafun ngb kwakudume ukuthy thina ekhy siyathakatha😥zahamba izinsuku ngijwayele lokho kwathy Ngelinye ilanga ngihamba ngedwa ngezwa isikhotha sikhashazela ngathuka ngoma Koda anginakanga kacool Kant phambili ngizohlangana nezimbila zithutha😭kwaqhamuka indoda yejazi elimnyama ebuswen angiyiboni ngisho ukuyibona 😥ngashaya umthandazo omncane ngase ngithy ngenhliziyo konke okuzowenzeka kuyobe kuyintando ka nkulunkulu 😥Yayingibuka lendoda yase iza igijima nami ngavele ngangazibeka phansi ngabaleka Koda kwafana nokudlala ngb yayigijima ngeskhulu isivinini lesi😥ngimemeza koda akekho noyedwa owayengizwa ngb nami lendawo engangikuyona akekho noyedwa owayengangizwa mangimemeza😥yangibamba yangikhumula isketi yenza konke owawungakucabanga yase ingigwaza isisu ngenhlahla angishonanga😥

Kwadlula izinyanga nezinyanga ngathola ukuthy ngimithy 😥okubuhlungu ukuthy lomuntu owenza isenzo esibi kanjr wagcina engatholakalanga ft necala lavele laphelela emoyeni😥 ngayeka eskolen ngb abantwana base skolen babethy nginamanga ukuthy ngidlenguliwe ft babengihleba ngizwa emadlebeni ngabona ukuthy mangiqhubeka neskole ngizogcina ngizobulawa😥umama wayengiseka ngakho konke engangidlula kukho 😥 ngayigcina ingane ngb nginethemba lokuthy mhlampe yiyo eyongikhipha enhlupheken😥 ngihamba nodokotela Koda okwakuxwaya ukuthy udokotela babethy ngathy akuyona ingane Lena engiyithwele😥 zahamba izinyanga kwaze kwafika eyesi-9 luthhhhy 🙌 ama sign ukuthy kumele ngitete

Ngaya kumuntu wafike wangitshela lent engangiyitshelw odokotela ukuthy akuyona ingane lena engiyithwele isilwane ft kumele ngilinde izinyanga ezine ukuthy izalwe phezu kwalez eziyi-9 esengizilindi

12/12/2021

𝐈𝐦𝐩𝐢𝐥𝐨 𝐲𝐚𝐦𝐢 𝐚𝐲𝐢𝐤𝐚𝐳𝐞 𝐲𝐚𝐦𝐧𝐚𝐧𝐝𝐢 𝐤𝐚𝐳𝐞 𝐤𝐰𝐚𝐤𝐡𝐚𝐥𝐚 𝐍𝐲𝐨𝐧𝐢𝐧𝐢 𝐤𝐨𝐰𝐚𝐤𝐢𝐭𝐡𝐢 𝐮𝐦𝐮𝐳𝐢 Part 55 😭🙏📓

uThabani uqeda kwazisa u Themba mayelana nokuthi imoto izosala kubo ibe sezandleni zakhe ngoba umfana ohlakaniphile kanti futhi kuka Sibali wakho phela uthandwa khona u Makwande🦋
Imoto isiphuma nje ebaleni kwa Sithole ishayelwa uThemba ngoba inhloso ka Thabani kungukubona isandla kuThemba sokuthi ushayela kanjani lapho u Themba uyafa yinjabulo ☺ nebala basheshe bafike ekhaya ayifake uThemba ngphakathi ayimise ibheke ngasesangweni lokuphuma 🚖 baphume bobabili emotweni uThabani angene endlini anqamule impepho emsamo ashise🔥🔊 akhulume nabadala acele uhambo oluhle bese esukuma aphumele phandle aphosele u Themba izikhiye zalemoto azohamba ngayo ka Mama wakhe acele ukuba ayikhiphe e Garage ayishiye iduma 🚘 uthe engayikhipha saqhamuka isisebenzi u 𝗡𝗼𝘇𝗶 𝗚𝘄𝗮𝘇𝗮 eseza nezikhwama ezofaka emotweni wafica u Themba wabingelela ngesizotha phela kuyahlonipha☺ ngoba nezimo zase ziningi adlule ngaphansi kwazo ezimbi edayisa emugwaqeni ebekezele😿🙏 kwaze kwawukuba iNkosy iyamkhumbula ngoba esehlala emzini ofudumele ☺

uThemba usazihlalele kwa kungene ucingo kufona u Makwande 📲: Themba shuthi umama uzohamba ungasamubonanga ngoba esezohamba manje

Themba:Haibo! Sengkhohliwe few minute dadewethu sengikhona.
Agijime uThemba aye ku Thabani amtshene ukuba kuthi kungena ucingo olusuka ku Makwande oluthi umama uzohamba khona manje ngakho ngisacela ukuphuthuma khona...
Akazange amunqabele kodwa wathi abaphumisane zaduma zombili izimoto🚘🚖 wavalelisa uThabani esho ukuthi uzodlula ngase Police Station avalelise kumama wakhe😿 zaphuma zehla kancane ku Thabani sekuduma ikhanda ufuna nokuvalelisa ku Makwande bese ehamba kahleke zilokhu zishaya kancane izimoto ungafunga ukuthi ziya emshadweni ziya indicator amalambu wonke...zifike zime ngehla komuzi aphuma maka Makwande ushaya kancane phela ugezekile lomama unogazi nabelungu abamthandi bamkhotha phansi ☺❤

Address

Nqutu

Telephone

+27727248037

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when By Mncedisi 𝐒𝐈𝐓𝐇𝐎𝐋𝐄 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share