Unisa Pmb Campus 2020/21

Unisa Pmb Campus 2020/21 Everyone is welcome

Ngalimbhobho umuntu akamemeze umuntu amthandayo 😊😊😊😊 ISolISolezwe Lase Unisa PmbeISolezwe Lase Unisa Pmbela umfula ugcwe...
06/09/2020

Ngalimbhobho umuntu akamemeze umuntu amthandayo 😊😊😊😊
ISolISolezwe Lase Unisa PmbeISolezwe Lase Unisa Pmbela umfula ugcwele;!!!

01/08/2020

Awaneme neze amantombazane akulesikhungo nge senzo sezinsiwa zakhona sokungawasheli kuthiwa lezi zinsizwa sakulesi sikhungo zilibala uku download ama movie nge WiFi awazinaki nhlobo izintokazi, ethintwa okhulumela izinsizwa uthe "Inkinga ekhona kulesikhungo ziyahlina lezintokazi zakhona futhi zihlala zihamba ngama qoqo okwenza kube nzima ukuthi bekwazi ukuzeshela" uqhube wathi bazithanda impela lezintombi futhi kuyabathokozisa ukuthi ziphumele obala ugxeke nokuth eziningi ezinhle zithanda labafana be SRC. Kanti okhulumela abesifazane uzichithile izindaba zokuthi bayazitshela uthe bona bazilungele kabi futhi sebethathe isinqumo sokuzishelela.

Owepolitiki usolwa ngokudla imali yabafundi lezizinsolo zitholwe intatheli yaleli phephandaba elizimele kuthiwa lemali yakhishwa abafundi kuyiwa e Pitoli kanti kudlalwa ngabo bahambela ubala ethintwa losopolitiki uzichithile isinsolo wathi uzoshicilela istathimende esinobufakazi bokuthi uyasukelwa.

Udaba lwama top ten lusazothi ukugodlwa luzokhishwa ngehora lesithupha ntambama ngoba kusenziwa u cwaningo olunzulu.

Ozakhele udumo ngoku luka nokugunda ugedle kulenyuvezi uzokhipha icwecwe lakhe lokuqala lapho ezocula khona ngezinto ezenzaka kulesikhungo, lomlisa uthi sesifikile isikhathi sokuthi afeze amaphupho akhe njengoba ebekade ewuthanda umculo ucele ukwesekwa nxazonke kuleli cwecwe lakhe wathembisa ukuthi uzokhipha ulozolo lwengoma.

Address

Pietermaritzburg

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Unisa Pmb Campus 2020/21 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The University

Send a message to Unisa Pmb Campus 2020/21:

Share