08/01/2023
Inhlambuluko is when you are cleansed of ubumnyama nezinto ezingalunganga kuwe ithunzi elimnyama, isichitho, amabhadi
Mawususwa loko uyiswa emanzini emfuleni, olwandle konke lokhu kwenzwa Uma amanzi ahlanzekile ngaloku akuna muntu oyiswa emanzini amanzi mawancolile makunethe kakhulu noma emanzini kunokuncola abalaphi bendabuko bayakwazi loko abantu abahamba namanzi kungenxa yokuthi abantu baya emanzini kukuthi kuncolile futhi kuyalungiswa ngaloko akumelanga kuyiswe muntu kuleso simo ngaloko angeke umuntu agezeke kodwa kusetshenzelwa ekuncoleni