22/02/2024
Angisoze ngakushiya
Sthandwa Sami ngiyazi maningi amaphutha obe nawe kuloluthando lwethu ngithi kuwe namhlanje umuntu ukhula ngamaphutha angisoze ngakulahla ngohlezi ngithanda impilo yami yonke ungowami wena futhi nami ngowakho cela ubuye mina yakhumbula lemfudumalo besinayo sobabili uthando lwethu besinalo angisoze ngashiya.